Mondli Mazibuko
Mondli Mazibuko
  • 172
  • 981 866

Video

Ikhehla eladliwa ingwenya lifuna ukubulala ingane uma bengayi ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,2KPřed 14 dny
Ikhehla eladliwa ingwenya lifuna ukubulala ingane uma bengayi ekhaya lemphefumulo
ngemva kwenkonzo ende kuba imanxa kungena izinkumbi zabantu abakhubazekile bezogezwa
zhlédnutí 1,5KPřed 14 dny
ngemva kwenkonzo ende kuba imanxa kungena izinkumbi zabantu abakhubazekile bezogezwa
uMama ofike nesimayo kwajabula abantwana ekufeni bathi bekuyibona abamvusela izitha
zhlédnutí 1,5KPřed 21 dnem
uMama ofike nesimayo kwajabula abantwana ekufeni bathi bekuyibona abamvusela izitha
uMkhokheli maGwala uthi kubonakale amakhosi aseMaphephetheni egula ka nzima ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,5KPřed 28 dny
uMkhokheli maGwala uthi kubonakale amakhosi aseMaphephetheni egula ka nzima ekhaya lemphefumulo
umama wabulala indodana ekhaphezwa idlozi engezwa limuthuma ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,9KPřed měsícem
umama wabulala indodana ekhaphezwa idlozi engezwa limuthuma ekhaya lemphefumulo
ubaba uKhize uthi uma ebiza uJesu ubanjwa inkunzi bafana kodwa uma ebiza ushembe uyasinda
zhlédnutí 2,3KPřed měsícem
ubaba uKhize uthi uma ebiza uJesu ubanjwa inkunzi bafana kodwa uma ebiza ushembe uyasinda
ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,7KPřed měsícem
ekhaya lemphefumulo
kuthiwa abantu bakwaXulu badludlana bodwa kwase kwathiwa abakwaDlula
zhlédnutí 1,6KPřed měsícem
kuthiwa abantu bakwaXulu badludlana bodwa kwase kwathiwa abakwaDlula
Entathakusa siyakleza ngokutholela imiphefumulo yemindeni ukuthula ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 4,4KPřed měsícem
Entathakusa siyakleza ngokutholela imiphefumulo yemindeni ukuthula ekhaya lemphefumulo
ekhaya lemphefumulo; Isalukazi sibuyisa abazukulu bezozwalwa kabusha ukumzukulu waso
zhlédnutí 3,7KPřed měsícem
ekhaya lemphefumulo; Isalukazi sibuyisa abazukulu bezozwalwa kabusha ukumzukulu waso
ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,8KPřed měsícem
uNyazi Lwezulu uNkulunkulu 25 May 2025 part2
ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,9KPřed 2 měsíci
uNyazi Lwezulu uNkulunkulu
uShembe uNyazi uyakudala ukulunga kepha omubi uyakukhanda ububi
zhlédnutí 1,7KPřed 2 měsíci
uShembe uNyazi uyakudala ukulunga kepha omubi uyakukhanda ububi
ekhaya lemphefumulo: uBhombela uthe isipholi sagcola ngokubhikisha kwamakhosazane kwezwela kuShembe
zhlédnutí 3,9KPřed 2 měsíci
ekhaya lemphefumulo: uBhombela uthe isipholi sagcola ngokubhikisha kwamakhosazane kwezwela kuShembe
Ingonyama yaMahlubi ithethe icala lokhokho basendulo ekhaya lemphefumulo kwaqaqeka obekubophekile
zhlédnutí 2,8KPřed 2 měsíci
Ingonyama yaMahlubi ithethe icala lokhokho basendulo ekhaya lemphefumulo kwaqaqeka obekubophekile
Ukhokho wakwaMgobhozi webutho likaShaka uhlanganisa inzalo yakhe ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 2KPřed 2 měsíci
Ukhokho wakwaMgobhozi webutho likaShaka uhlanganisa inzalo yakhe ekhaya lemphefumulo
Mfu Mathenjwa uthi bona bakhuliswa ilokhu kushumayela kwase khaya lempefumulo okwakhayo
zhlédnutí 2,2KPřed 2 měsíci
Mfu Mathenjwa uthi bona bakhuliswa ilokhu kushumayela kwase khaya lempefumulo okwakhayo
imindeni ifuna kuhlanzwe amaliba ayo ngaphambi kokuba ikhishwe ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,9KPřed 2 měsíci
imindeni ifuna kuhlanzwe amaliba ayo ngaphambi kokuba ikhishwe ekhaya lemphefumulo
Imindeni uma isigezwe uNyazi Ekhaya lemphefumulo ayingeni emzini yabo ebasa umlilo nge sabatha
zhlédnutí 4,3KPřed 2 měsíci
Imindeni uma isigezwe uNyazi Ekhaya lemphefumulo ayingeni emzini yabo ebasa umlilo nge sabatha
ekhaya lemphefumulo: Mshumayeli Ncube
zhlédnutí 7KPřed 2 měsíci
ekhaya lemphefumulo: Mshumayeli Ncube
ekhaya lemphefumulo; ikhehla elifuna ukunika umzukulu izikhwama zokugcola lala uNyazi
zhlédnutí 3,2KPřed 2 měsíci
ekhaya lemphefumulo; ikhehla elifuna ukunika umzukulu izikhwama zokugcola lala uNyazi
ekhaya lemphefumulo
zhlédnutí 1,7KPřed 2 měsíci
ekhaya lemphefumulo
Inzala bantu yakwaCebekhuku ayinamfaz ngoba wonke amakhosikazi yawalobola ngenzikumo zefa lokuthwala
zhlédnutí 1,9KPřed 3 měsíci
Inzala bantu yakwaCebekhuku ayinamfaz ngoba wonke amakhosikazi yawalobola ngenzikumo zefa lokuthwala
ekhaya lemphefumulo kuhlalukile ukuthi ukunganiswa kwemimoya kusukelaphi
zhlédnutí 4,8KPřed 3 měsíci
ekhaya lemphefumulo kuhlalukile ukuthi ukunganiswa kwemimoya kusukelaphi
ekhaya lemphefumulo:Mshu xulu ikhehla lamxopha esweni eya ekhenani ngoba lafa lingesanamehlo
zhlédnutí 2,4KPřed 3 měsíci
ekhaya lemphefumulo:Mshu xulu ikhehla lamxopha esweni eya ekhenani ngoba lafa lingesanamehlo
Abahlali base velerum bacindezelwe abantu bakwaZulu abangasekho emhlabeni bakhe phezu kwabo
zhlédnutí 3,2KPřed 3 měsíci
Abahlali base velerum bacindezelwe abantu bakwaZulu abangasekho emhlabeni bakhe phezu kwabo
ekhaya lemphefumulo:
zhlédnutí 4,6KPřed 3 měsíci
ekhaya lemphefumulo:

Komentáře

  • @sharonmkhwanazi6188

    Amen. Mshumayeli ingabe ulanjwana oyintombazane uyalivusa ikomalume

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 17 hodinami

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @KwaneleGoodman
      @KwaneleGoodman Před 14 hodinami

      Ukuvusa ikhaya akusikho ukwakha izindlu kuqonde ukuthi usolanda umfazi ezo zala izingane kuqhubeke isibongo somuzi angazi owesi fazane engawu vusa kanjani ngoba ubaba wazo engazi hlawula azilande mina ngokwazi Kwami umlanjwane ovusa umuzi ophikiwe noma kube umshana olandwe Kubo wacelwa edlozini kuthi nakhu ephela amadoda komalume cela umshana azoba owako malume uyena okwazi ukushisa impepho

  • @NtombizingiNzama
    @NtombizingiNzama Před dnem

    Amen bashumayeli beNkosi.Siyabonga ngolwazi enesithulela lona.Ngicela kubuza owesifazane otholele abantwana ekhaya lakubo inhlanhla yomshado ayibangabikho, unalo yini igunya lokwakha indlu yakhe nabantwana egcekeni lakubo? Amen🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 17 hodinami

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @mafikambatha2713
    @mafikambatha2713 Před dnem

    AMEN, Mshumayeli Majola, ngifisa nglinye ilanga umeme ubaba UMpofu waseMnambiti, kunohlangothi ayaye aluchaze ngayo loludaba.

  • @Ulungisanii
    @Ulungisanii Před 2 dny

    Majiya 🙏🙌 👏

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 Před 2 dny

    Syabonga kakhulu🙏nam ngingumlanjwana nabantwana Bami nabo ngibatholele komalume.angihlawuliwe nabantwana Bami nabo abahlawuliwe.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 17 hodinami

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @KwaneleGoodman
      @KwaneleGoodman Před 14 hodinami

      Inkinga ke leyo ngoba umsamo awu qondile nawe uqhuba lokho komele uzi hlenge uyoncenga ubaba wakho akuhlenge

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Před 2 dny

    Siyabonga kakhulu kubagcotshwa benkosi, baluhlubile udlubu ekhasini.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před 2 dny

    Siyabonga kulemfundiso.inumber yocingo ingatholakala yini uma ngfisa ukuxhumana noMshu Majiya kumbe ekaBaba uMajola.Ngyabonga kakhulu

    • @SizakaleBiyela
      @SizakaleBiyela Před 2 dny

      Hamba ekhaya lemphefumulo kwa Mashu❤

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 2 dny

      @@sybongawiseman7565 asikwazi ukunikeza inamba yomuntu esidlangalaleni ngiyacabanga ukuthi okulula ukuthi uye ethempelini uzicelele wena

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 17 hodinami

      ​@@mondlimazibuko8352Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @lindokuhlelindo8834

    Ay mfokamajola umuntu melanda kakhulu ugcina ungaphendulekile kahle umbuzo

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 2 dny

      @@lindokuhlelindo8834 yah kubanjalo uma une data elincane kanti uma uyilalela kahle yonke uphenduleka kahle impela uneliseke futhu, lento iyafana noma une airtime yeshumi lo omfonelayo yena usuke engazi ukuthi uneshumi

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 17 hodinami

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 15 hodinami

      @@lindokuhlelindo8834 inkinga akafuneki umuntu otatazelayo kodwake kuzothuwani ne data leshumi

  • @thulaniduma6830
    @thulaniduma6830 Před 2 dny

    Siyabonga iziluleko eziwuk uphila kithi siyisizwe esimfisholo

  • @dalomchunu6350
    @dalomchunu6350 Před 3 dny

    Sasiyobonga bani🙏🙏❤

  • @LuzukoNqadala-wq7me

    Abantu bakashembe funeka basindiswe basa lahlekikele

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 3 dny

      syawuthanda umbono wakho kodwa sengathi nguwena odukile waze wadukela kwi page lethu so sizokuthatha njengomuntu ophanjanelwe yikhanda

  • @user-zy4iu4qg3b
    @user-zy4iu4qg3b Před 6 dny

    Ngikhuluma ngothando olukulomzi Shembe❤❤❤❤❤ uvele uphill untenable nje esangweni

  • @sizweprince1056
    @sizweprince1056 Před 7 dny

    Amen umuntu wasezulwini lo mikhulu imisebenzi yoNyazi siyayazi Thina abangamazi boze bamazi amen

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 Před 11 dny

    Labhalwa icala kubagcotshwa

  • @bongidlaminibong1102
    @bongidlaminibong1102 Před 11 dny

    Nam dgandikho kulee Nkonzo eyi uBomi bethu is a Big Scam

  • @sonwabilemanothi3768
    @sonwabilemanothi3768 Před 11 dny

    Nam ndiyamdinga lo

  • @sonwabilemanothi3768
    @sonwabilemanothi3768 Před 11 dny

    Liphi khona lelikhaya looobaba na?

  • @simphiweMbona-vc5rk
    @simphiweMbona-vc5rk Před 11 dny

    Unyazi lwezulu

  • @malusidlamini5267
    @malusidlamini5267 Před 14 dny

    Khula Nkosi yamaNazareth,khula muzi wakithi S'khumbuzweni Home "Khayalemphefumulo"..

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 Před 15 dny

    🙏🙏🙏🙏

  • @JabulileMbatha-yp2dz
    @JabulileMbatha-yp2dz Před 15 dny

    MtakaJehova siyabonga ukisizwisa ezaseZulwini siyozehlulekela thina nje ❤

  • @DimakatsoSmaye
    @DimakatsoSmaye Před 17 dny

    🙏 AMEN! Ngiyabonga baba, amazwi amazwi amnandi,ayizeluleko usifundisa ngemithetho yamasiko ethu ,nangosifundisa ngemithetho yo buNazaretha nge nkolo kwaShembe ,ngilalele baba.

  • @user-nu1fg2xk5r
    @user-nu1fg2xk5r Před 18 dny

    Ey uqinisile uGatsheni ngangixoxelwa umakhelwana wakhe ey Nkosi,ukuthi akufuneni ukugagula amagama abantu nezindawo ,😢😢

  • @MsiziMkhize-zx9tf
    @MsiziMkhize-zx9tf Před 19 dny

    Nyazilwezulu uyinkosi ufanelwe ukudunyiswa baba sukela manj ngizokwenza ngendlela yonk int phakama Khaya lomphefumulo ❤

  • @bonginkosimasondo4196

    Amen

  • @Goodman676
    @Goodman676 Před 20 dny

    Amen

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj Před 22 dny

    Baba ndisemthatha ndicela ukubuza ndingenza kanjani ndimane ndithhonga umntu omane esithi unyaz phezulu ememeza lento yenzeka ndilele humane kuvela umntu ongutata othwele umqhele wombethe ingubo yengwe kubuhlungu 😢 sometimes humane kubengathi ndiyabhabhatuzwa ndinikwe ingubo emhlophe ingathi ngumnazaret. Sometimes ndithinga amanzi kunyuke induku esilver ephuma emanzini .

  • @kuhlekonkenkosi51
    @kuhlekonkenkosi51 Před 23 dny

    Ngaya Ekhaya lemphemfumulo 😇😇, my life changed for good forever. Thank you umsebenzi wakho muhle. You gave me an idea.

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 23 dny

      namhlanje bekukhona uthokozabe langa cabanga naye ethunywe okhokho bakhe

  • @MazandiJobe
    @MazandiJobe Před 24 dny

    sacela ukubuza sekuvaliwen khaya lemphefumulo

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 24 dny

      isabatha lokugcina leli lakusasa

    • @MazandiJobe
      @MazandiJobe Před 24 dny

      @@mondlimazibuko8352 ngyabonga

    • @ThaboMntambo
      @ThaboMntambo Před 23 dny

      Ngicela inombolo ngifuna ukubuza ngoba ngisekudeni ngise Mpumalanga ​@@mondlimazibuko8352

  • @pamellamahlaba4654
    @pamellamahlaba4654 Před 25 dny

    Amen sasikhona sazizwela ngezethu indlebe

  • @user-ec2uh8dj7c
    @user-ec2uh8dj7c Před 25 dny

    Siyabonga kakhulu ukusipha inkonzo zekhaya lemphefumulo ezsifundisayo ngomsuka wempilo esphila ngaphansi kwayo

  • @JabulileMbatha-yp2dz
    @JabulileMbatha-yp2dz Před 26 dny

    Siyabonga nkosana kakhulu ukusithatha usibeke ezulwini inkosi ikubusise

  • @NtombizodwaMthethwa-se9qo

    Amen🙏

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 Před 27 dny

    Mina ngilizwile izwi lakho Nkos sengiphisane ngawo lomazaretha Nkos yomusa.ngicela ukuphila ngezwi lakho Nkos🙏🙏

  • @sakhileshozi900
    @sakhileshozi900 Před 27 dny

    Syabonga Mondli Khelwane

    • @NtombiModise
      @NtombiModise Před 27 dny

      ❤ngiyabonga ukuvuselwa ekuseni ngicela uShembe asihlanganise sonke abazukul u bonke bakwaMthembu nabakwaSegopa asihlanganise nabobonke abaphansi kwesibongo Sami engibaziyo nengingabazi abalele phansi kwethuli lesihlabathi ngicela uShembe angingenise nemindeni yethu eZulwini ngomsobuluko ozayo

    • @khanyisasduna8238
      @khanyisasduna8238 Před 27 dny

      Amen nami uMamthembu 🙏🙏​@@NtombiModise

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před 25 dny

      bafo

  • @InkosiKaNkosi
    @InkosiKaNkosi Před 28 dny

    Amen 🙏🏽

  • @AgnesLetsatsi
    @AgnesLetsatsi Před 29 dny

    Amen Shembe sikhumbule

  • @thullynomandla7701
    @thullynomandla7701 Před měsícem

    Sibonga abashumayeli base Khaya Lomphefumulo UNKULUNKULU abagcine njalo

  • @absolomcele78
    @absolomcele78 Před měsícem

    Amen...ngicela ongase angisize nge namba yocingo ya Mshumayeli ...khona izinto engifuna ukuzibuza ..ngixakekile la

    • @malusidlamini5267
      @malusidlamini5267 Před 29 dny

      Uphi wena cz ngezizathu nokuphepha ayinikwa esihlangalaleni

  • @nomazuluconfidence8049
    @nomazuluconfidence8049 Před měsícem

    Ammmmen

  • @InkosiKaNkosi
    @InkosiKaNkosi Před měsícem

    Ngizoyilalela kahle emini sbonge Mazibuko ukusivuselela and kulonyaka ngzofika ekhaya lomphefumulo kusezinhlelweni zam

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 Před měsícem

    Udabukaphi nezwe uMshumayeli uMajiya?

  • @thullynomandla7701
    @thullynomandla7701 Před měsícem

    Ngicela kowaziyo ukuthi kuzovalwa nini, kuvalelwa u JULY?

  • @songezomemani9224
    @songezomemani9224 Před měsícem

    Singayintoni ngaphandle kuka Shembe. Ezintshumayelo zase Khaya Lemiphefumulo zezona ezidingekayo ukwedlula iintshumayelo zokuba uShembe wavula umntu amehlo engaboni. Anditsho imimangaliso kaShembe ayibalulekanga ningandiva kakubi. Kodwa ezintshumayelo zase Khaya Lemiphefumulo ziyaphila kwaye zenza ookhokho bethu bayeke ukubanjwa emathuneni zibenza badlule ethuneni bagoduke bafike ezulwini lakubo nase zeulwini lika Shembe. Masizameni bantwana base Afrika ukulimamela silenze izwi lakhe uMelusi wethu iNkosi uNyazi Lwezulu.

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352 Před měsícem

      Mina ngiyakuzwa mntakababa mazwi akho afana namazwi ashiwo umfundisi Mathunjwa wathi inshumayelo le yedata instumayelo efikayo uthi bona bakhula ngezintsumayelo ezifana nezase khaya lempefumulo

    • @songezomemani9224
      @songezomemani9224 Před měsícem

      ​@@mondlimazibuko8352 Nkosi yam ndibuya mntaka Bhombela ndive kabuhlungu abantu abahlala eduze Ekhaya Lemiphefumulo bawuphike lomzi kodwa ubonwe sithi bantu abahlala emazweni akude koo Cape Town njalo njalo. Buka baba intsha yelibandla ihamba emhlabeni kanjani into yayingekho kulelibandla lika Shembe. Ingathi abazali bethu bayohlwaywa ngookhokho. Ndibona ingathi ookhokho bayazibuza ukuba kungani nzalo yabo ingabahlambulukeli kuShembe kodwa uShembe uvule umzi osisigcawu sasezulwini sokuhlambulukela bona. Ukuba abantu bayaqhubeka ngenkani yabo bayakusibhubhisa ookhokho bethu kuphele nya ngathi.

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Před měsícem

      Lezizindaba kumele kube yithina esesimbhulelwe ukutshela abantu ukuthi akesiyolalela izindaba zaseKhaya Lemiphefumulo singazami ukuyitolika ngoba ijulile. Icashile icashe nakumaNazaretha amadala. Lalela nje kunanela nezinyoni zezulu nezinkomo.

  • @PhumzileNkosiNono
    @PhumzileNkosiNono Před měsícem

    Amen

  • @dalomchunu6350
    @dalomchunu6350 Před měsícem

    Siyabonga mfoka Mazibuko iNkosi uNyazilwezulu lukukhulise

  • @xolileduze3882
    @xolileduze3882 Před měsícem

    Sbonga unkulunkulu wethu uNyazi lwezulu aphinde aphe abantu esibathandayo ithuba lokuthi baphile ingunaphakade amen

  • @FanoziZwide
    @FanoziZwide Před měsícem

    Mfundisi wenkosi cha uyagalela,Ave ngiyithanda nayinkonzo nkosi❤

  • @SibongiliMabaso
    @SibongiliMabaso Před měsícem

    ManaZareta indaba kaShembe ijule kakhulu. Ngiyacela inkosi enhle yaseZulwini uNyazi'lwezulu ungikhumbule nomndeni wami kaButhelezi la ngizalwa khona

  • @user-ot9uj5bd8h
    @user-ot9uj5bd8h Před měsícem

    Obaba umajiya iNkosi ikubusise baba