Amen
Uze usikhumbule Nkosi yamakhosi.❤
Lwaluqonde ukuthini uNyazi uma luthi "UMkhulu iNyangayeZulu lwaluzibumbela izinto zalo"?
🤔
Amen 🙏🏾🙏🏾🕊️🌈🇿🇦
Ngicela ongangisiza ngalesihlabelelo esikhakala ekuqaleni kweVideo🧘🏿♀️
Amen 🙏
Yabhodla kamnandi imbodlomane yoNyazi 🥇🔥
Siyabonga
UTHANDWA YMINA NHLALSUTHI YONYAZI
Uyanyakaza umkhumbi kabombela
🙏 amen, sibonge ngolwazi. Ngicela ukucaciseleka uma wakhulela ekhaya kobaba ,usuthola usumdala ukuthi umama akaze agcagce, wenzenjani, uyazihambela ukuya ekhaya komama or kunomgudu okumele uwulandele?
Ukuze kuzoba neqiniso,sewungathola ukuthi wawufike kanjani kuBaba wakho.uma kungekho sphandla abakufaka sona kushuthi awukho embangweni wezidalwa.ungabuyela khaboMama wakho kalula uyogcina isintu mayelana nokuqondisa isibongo sakho
@@sybongawiseman7565 amen 🙏 . Mufika ekhaya komalume uyazingenela nje or kuba neslwane oxolisa ngaso kuthi kade ubhungukile like?
@@carocarolific3185 Okokuqala bewusamncane alikho icala olenzile.kodwa umtomdala angasondela namajuba amhlophe Abe mabili ayokhuluma enhla akushwelezele asho usubuyile ekhaya uzolungisa okfanele.ebese emva kwalokho bakwenzele imbuzi yokukukhunga ekhaya koMawakho(imbeleko). Ebese uphinda wenake nqo,ube nembuzi ozoyenza yokuhlukanisa inhloko nesxhanti lapho uyabika eThongeni ukuthi impela ungowalapha ekhaya njengoba ukhusele ngaphansi kophahla lwabo.bese ucela bakusingathe bengabe besakuvumela ukba kusondele okuzokwedukisa.okhuluma emsamo uyobe enike wena ithuba lokuba ukugonyuluke lokhu.
@@sybongawiseman7565 ngiyabonga bhuti, thina sahamba sibancane kahle kahle sasibaleka bcs kwakufiwa now n then sibalekiswa umama sayohlala kubo kababa ngabo 95. Laphela ikhaya ima sizama ukulivusa manje ,umuntu okhona umama kuphela akekho oweslisa
@@carocarolific3185 Uma bemgasekho abomdeni wakho abangoMalume kumbe ingane zomalume bakho kushuthi omdala enganeni zikaMama wakho oyothetha umsamo Uma enguMfana.
Ameeeeeeeen uze usikhumbule nkosi yamakhosi
Kwakuhĺe kwethu AAAAMEEEEN
Uyabusisa umthandazo wamanazareth amen
Shembe is the way
Aaàaaamen
Siphila ngoNYAZILWEZULU
NKULUNKULU onamandla onke,Yise wabo bonke ABAMKHONZAYO,Lala nathi namhlanje,USIGCINE NGOMSA wakho..Amenii
Nkulunkulu uzube nami kulomhlaba onezilingoh
Olwethu unyazi
Aslungise le yoMqhibelo mtakaShembe ngoba samaNazareth sithi iSabatha amen
Izishumayelo zonyazi
Olwethu nyazi
Shembe nyazulwezulu
Use mncane majola kodwa sephumelel empilwen
olwethu unyazi
buyan phela
Obunjena ubuhle nobuye nikbonephi uma nisuka oNyazini uskhumbule Nkosi singasuki kuwe
Khula Nyazi lwezulu,unwele olude Nhlanzi
Ngicela ukuzibobgela ukuthi sengibone iziqu ezintathu zoNkulunkulu zasekuPhakameni kusukela Nyangatezulu, uThingo kanye no Nyazi Lwethu manazaretha nahle 💗💗💗
Unothando uMkhululi uyasifuna futhi
Ngakhula ngafunda auntie
Nkosi yamakhosi
Amen manazaretha oNyazi
khayalethu temple
Olwethu unyazilwezulu no màtter what
The works of human effort.....
NgiseBergville eHambubuza tempel
Ameen ungikhumbule Nyazi lwezulu uhlambulule abakithi abalele kukhanye kwehle izinhlanhla kuthina nabantwana bethu uFisani wakwaMiya
Please give us full video we really interested
Eyi nami ngihamba nonyazi 100percent
Ngawuthola kuphi umqhele bantu benkosi. Ngise Cape Town manje. Wona lo unamashoba angu4
bafoo! jobe!
Hhayi bo ndumiso we scandal yini lona
Ndumiso from scandal yayinhle nhlalsuthi yo Nyazi
I love sfiso ncane bethu
Yashoooo. .....njalO inkaw' encaneee. ..,, Ezodlul' ngakuyo. ......***Singing ***